Bakuthuke ngivele ngithule
Bakuthuke ngivele ngithule (Noma abantu bengabuza)
Ngenguyeke (Noma abantu bengabuza)
Noma abantu bengabuza ukuthi ngbonani kuwe
Ngiyakuthanda Sabathile wami noma ungemuhle
(Anginendaba ngoba ngiyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami noma ungamile kahle

Ngiyakuthanda Sabathile wami noma ungamuhle
(Anginendaba ngoba ngiyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami noma ungamihle kahle